| Weight | 106 g |
|---|---|
| Author | Bongani Mavuso |
| ISBN | 9780620604352 |
| Publisher | KaMavuso Verse Entertainment |
| Book Type | Paperback |
| Year | 2016 |
Izimbali Zemfolozi
R95.00 Inc.VAT
Leli iqoqo lezinkondlo ezizwakalisa imizwa yembongi ngesimo iNingizinu Afrika edlule kuso lapho kuqhubeka umzabalazo wenkululeko. Imbongi ijula ngemicabango futhi iqhakambise ukubaluleka kweqhaza lamaqhawe namaqhawekazi omzabalo ekucabeni indlela yombusowentando yabantu, inkululeko kanye nobumqoka bamalungelo ezweni elike laphathwa ngendlela edicilela phansi isithunzi somuntu onsundu. Yingakho leli qoqo liqhakambisa kakhulu ubuqhawe bezishoshovu zomzabalazo ezinjengoMoses Kotane, J.B. Marks, Ruth Mompati, Nelson Mandela, Albertina Sisulu, Oliver Tambo, Dr Pixely Ka-Isaka Seme, iNkosi Albert Luthuli kanye noBerta Gxowa…
In stock












Reviews
There are no reviews yet.