Izwe Linzima
R112.00 Inc.VAT
Le ndaba edabukisayo ikhuluma ngentombazane, uNomalungelo, edlwengulwe umalume wayo uDingindawo. UDingindawo unengculaza futhi ukholelwa kuzo zonke izinsomi zokuthi ingculaza ingelashwa ngokulala nentombi nto. UNomalungelo ulahlekelwa ithemba bese ezama ukuzibulala. UMark Johnson, ongumakhelwane wakhe ongumlimi, uye abone umzimba kaNomalungelo ulenga esihlahleni ngenkathi ehlola amasimu. Uye amthule esihlahleni bese emphuthumisa esibhedlela saseStanger ngenhloso yokusindisa impilo yakhe. Kungabe uNomalungelo uzosinda? Uma esinda, uzoba njani impilo yakhe?
In stock
Reviews
There are no reviews yet.